Posts

Showing posts from January, 2022

Sexual dysfunctional

 Akenginibingelele Nje ntambama sekuhlwa kuyimi umfoka Mathe sekuthiwa umkhova yakhehla slwane sehlathi.... Uma ungumelaphi kunezinto okufanele uziqonde kahle. -yehla Nje kahle zithobe kodwa ulwabishi kufanele kube ulwabishi -ubunyanga akilo ifa abungenwa njengomfazi -ubunyanga akibona okubugwili, phuma kulowo mqondo Sexual dysfunctional/importance  Angikho ke lapho ngila ngake ngakhuluma ngalento yabantu besilisa abangavukelwa Nje sanhlobo okuye kuthi ngo 19:00 umuntu uvukwa ulaka Nje ebe umbhejazane kuze no mama engabe esamthintA endlin, leyonto ngisasho ke namanje ilungiseni ukugwema loluchuku olwenzekayo ezweni kwakhiwe nokudlelwa abafazi, ama pharmacy akhona madoda Kanye nemtholampilo eqondene ngqo ngalento. Ngabe sengty nazi ke I sizathu ezenza lokho _lifestyle I lendlela esiphila ngayo sibabhemu I kakhulu kazi ukugxila kakhulu emafuthen nasophuzweni okuhambisana nokungazivocavoci _ibulawo lokhu kuhambelanan namalumbo, nokucushwa abantu abagangayo khona kuthi I nqawe aykaze yavuk