Posts

Showing posts from February, 2022

Isigubhu

 Akenginibingelele ekuseni mase ngithi Nje fahlaaa, isgubhu kufanele wazi kuthi sidinga uthando neskhathi sakho naso now two kenixoxe Nje nidle nihleke, yakha I bond nesigubhu sakho. I maintainance yesigubhu ibalulekile kuze singadli amahlanga or siyoqina izintethe.... Sithande ngothando lolu othanda ngalo owakwakho you will something lapho keee... Kuyenzeka isgubhu ebusika sibuthise Nje sithule ngoba sifuna kulanda kabusha amandla abanye omkhulu benu abanalo ulwazi ngalokho..... Unless I ngekho inyoka kuso Kwane nhlwathi either amafutha or anything Kwane mamba either amafutha anything Kwane nyamazane yehlathi either amafutha or anything Lezilwane zinesikhathi sokugoya Nje sithule njeeeeee njeeee, ngaleso nakuwe umsebenzi uyalimala, ubone abantu phekuohendukela Nje udideke Kwenzekan Uma ushesha usole uyobanuka abathile kanti chaaa Indlela esi breedwe ngayo, mind you futhi kusithatha from April to September kuyenza usibone singasebenzi. 😂😂😂 Kanti kahle hle yini isgubhu? Isigubhu ubuc