Posts

Showing posts from 2022

Isilwane

 Ukuhamba nento Kanye nokulandelwa yinto okwalisa okuhle, imali, umshado, incebo.... Izinto ezikanje  A Ukubulala abantu Ungaba bulala abantu uqede ugeze ngemithi but they will follow you... Cabanga kuthi abakho bangak abasemvakwakho abakulandela kanjr Ingakho impilo yombulali iba.... Kodwa futhi phela kuzokwenziwa njan ngoba ikhaya likababa linezindlu eziningi B isilwane, umdliwa  Uma uhamba nesilwane suke uhamba nento enje Kanye nemdliwa suke kuyinto ekanje this thing can block and Vala yonke into enhle kuwe mhlambe ungathola only 11% WEZINTO ZAKHO NGIWUFUNILE UMSEBENZI ANGIWTHOLI IZINTO AZIHLANGAN KIM C, INGANE EYAHHOSHULWA NAYO ILANDELA KANJE I FUNA IGAMA KUWE AND IMAGINE IF ZININGI KUWE #POSSIBLY_SOLUTION UWEDWA NJE UYAYAZ INKINGA YAKHO IYA UYOSIZWA UMA UFIKA LA OYAKHONA FIKA UKHULUME IQINISO UKUZE UZOSIZAKALA NGOBA IMPILO ISIMANGA... INGAKHO SIHOLA NGEZ 15 BUT NGEZI 15 NTAMBAMA SESIYAKOMASHONISA STICK TO ONE HEALER OKUNGUYE OSUKE AZI AMA FILE AKHO EMPILO... IF UYINYANGA YAZ INSIK

Isigubhu

 Akenginibingelele ekuseni mase ngithi Nje fahlaaa, isgubhu kufanele wazi kuthi sidinga uthando neskhathi sakho naso now two kenixoxe Nje nidle nihleke, yakha I bond nesigubhu sakho. I maintainance yesigubhu ibalulekile kuze singadli amahlanga or siyoqina izintethe.... Sithande ngothando lolu othanda ngalo owakwakho you will something lapho keee... Kuyenzeka isgubhu ebusika sibuthise Nje sithule ngoba sifuna kulanda kabusha amandla abanye omkhulu benu abanalo ulwazi ngalokho..... Unless I ngekho inyoka kuso Kwane nhlwathi either amafutha or anything Kwane mamba either amafutha anything Kwane nyamazane yehlathi either amafutha or anything Lezilwane zinesikhathi sokugoya Nje sithule njeeeeee njeeee, ngaleso nakuwe umsebenzi uyalimala, ubone abantu phekuohendukela Nje udideke Kwenzekan Uma ushesha usole uyobanuka abathile kanti chaaa Indlela esi breedwe ngayo, mind you futhi kusithatha from April to September kuyenza usibone singasebenzi. 😂😂😂 Kanti kahle hle yini isgubhu? Isigubhu ubuc

Sexual dysfunctional

 Akenginibingelele Nje ntambama sekuhlwa kuyimi umfoka Mathe sekuthiwa umkhova yakhehla slwane sehlathi.... Uma ungumelaphi kunezinto okufanele uziqonde kahle. -yehla Nje kahle zithobe kodwa ulwabishi kufanele kube ulwabishi -ubunyanga akilo ifa abungenwa njengomfazi -ubunyanga akibona okubugwili, phuma kulowo mqondo Sexual dysfunctional/importance  Angikho ke lapho ngila ngake ngakhuluma ngalento yabantu besilisa abangavukelwa Nje sanhlobo okuye kuthi ngo 19:00 umuntu uvukwa ulaka Nje ebe umbhejazane kuze no mama engabe esamthintA endlin, leyonto ngisasho ke namanje ilungiseni ukugwema loluchuku olwenzekayo ezweni kwakhiwe nokudlelwa abafazi, ama pharmacy akhona madoda Kanye nemtholampilo eqondene ngqo ngalento. Ngabe sengty nazi ke I sizathu ezenza lokho _lifestyle I lendlela esiphila ngayo sibabhemu I kakhulu kazi ukugxila kakhulu emafuthen nasophuzweni okuhambisana nokungazivocavoci _ibulawo lokhu kuhambelanan namalumbo, nokucushwa abantu abagangayo khona kuthi I nqawe aykaze yavuk