Sexual dysfunctional
Akenginibingelele Nje ntambama sekuhlwa kuyimi umfoka Mathe sekuthiwa umkhova yakhehla slwane sehlathi.... Uma ungumelaphi kunezinto okufanele uziqonde kahle.
-yehla Nje kahle zithobe kodwa ulwabishi kufanele kube ulwabishi
-ubunyanga akilo ifa abungenwa njengomfazi
-ubunyanga akibona okubugwili, phuma kulowo mqondo
Sexual dysfunctional/importance
Angikho ke lapho ngila ngake ngakhuluma ngalento yabantu besilisa abangavukelwa Nje sanhlobo okuye kuthi ngo 19:00 umuntu uvukwa ulaka Nje ebe umbhejazane kuze no mama engabe esamthintA endlin, leyonto ngisasho ke namanje ilungiseni ukugwema loluchuku olwenzekayo ezweni kwakhiwe nokudlelwa abafazi, ama pharmacy akhona madoda Kanye nemtholampilo eqondene ngqo ngalento. Ngabe sengty nazi ke I sizathu ezenza lokho
_lifestyle I lendlela esiphila ngayo sibabhemu I kakhulu kazi ukugxila kakhulu emafuthen nasophuzweni okuhambisana nokungazivocavoci
_ibulawo lokhu kuhambelanan namalumbo, nokucushwa abantu abagangayo khona kuthi I nqawe aykaze yavuka sanhlobo kanti wacwiywa okuthile kuwe
-medication kusebenzisa imithi yasentshonalanga ethile kuyenzan kuthi inqawe ivilaphe Nje ngempela ithi one mase ithi bhu.... Kubalulekile kuthi Uma ungu muntu weslisa ukwazi kuyibhanqa imizuliswano ekhaya ukuze imfino ingakhiwa
-stress and depression lokhu ke ay kuyaqenda nyaaa a ngemizw a kowesilisa nakuye owesifazane
Lezizathu yizona ezenza kuthi indoda endala ilale bhu bhu bhu. Madoda masiphile keeeee ngempela inkomo zobaba zinga....
Nilale kahle impandla le endala kunazo zonke ey khona ezweni inqola elinebala eqolo laze laqola ngisho egoli
Comments
Post a Comment