Posts

Showing posts from 2021

Amaphupho/ukuphupha

 Molo . iphupho elinamasimba okanye ukaka isichitho leso noma ngabe kukanjn isichitho uqobo lwaso lelo . izulu liduma lokho kusho umshophi okanye ukungena kwalo ekhaya noma lishaye umuntu oyisihlobo sakho kungenjalo kusho isibhamu lokho ukuphupha ulwa lokhu kuveza ubuxakaxaka okuvuka kuwe kungaba imimoya okanye izithunywa noma izitha uma unqobile lapho lapho kusho ukuthi uphumelele wena, uma uhluliwe lokhu kuveza kube uhluliwe wena . Amaqanda asho ukukhulelwa uma efa isisu siphumile leso noma umntwana uzoba nenkinga,okanye inhlahla thizeni. . Ulwandle lusho inhlahla yemimoya yakho muntu,uma luthukuthele ukudinwa kwemimoya lokho,uma ungena kulo uphuma nento lokho kusho ukuphumelela empilweni noma entweni ethile. . Imvula enamandla egugulayo lokho kusho ukuty ungahluleka noma nin emizameni yakho.uma wena ungamuki lokho kusho ukuty khona izikhathi ezinzama ezizayo kuwe uqobo kodwa uyophumelela kuzo . Amanzi acwebile Amanzi acwebile ayasho izinyembezi kuyelelana nedikimba yephupho,kanty ay

Inhlahla

 Ivalwa yini impumelelo yethu futhi ivulwa yin Enhla nase zansi nina baka Phunga noma Geba, as ke abanye beshilo kuthi ngiyanidukisa kulungile okwami ukukhomba indlela kukuwe ukuythatha nokuyiyeka so angikaze ke ngadukisa, namuhla ngfuna kukhuluma nje ngento ekhathaza abaning abantu, yes abathakathi bakhona but our stance makes us valnarable to them. Ok ke ngila laphe ngikhone you can share this post if ubona kubaluleile futhi ungangibuza anything about this post. UKUVALEKA KWENHLAHLA Nhlahla yomsebenzi Kanye nemali Lokhu kwenziwa ilokhu ke kubantu ukuthi inhlahla yakho yemali ivaleke futhi neyomsebenzi ivaleke, Ubudedengu,lokhu kuyenza lezinto ezimbili zivaleke,ngoba kwesinye isikhathi we do get money kodwa indlela esiyisebenzisa ngayo ayibw yinhle ,abanye uma beke bathola imali bayakhohlwa umzabalazo wabo obabeke emalini,akekho umuntu ongavele ethole umsebenzi nje engekho lowo othile omnike wna kodwa uma sesiwutholile siyakhohlwa ukuthi kunezibongo kogogo nomkhulu okufanele sibonge k