Isigubhu

 Akenginibingelele ekuseni mase ngithi Nje fahlaaa, isgubhu kufanele wazi kuthi sidinga uthando neskhathi sakho naso now two kenixoxe Nje nidle nihleke, yakha I bond nesigubhu sakho. I maintainance yesigubhu ibalulekile kuze singadli amahlanga or siyoqina izintethe.... Sithande ngothando lolu othanda ngalo owakwakho you will something lapho keee... Kuyenzeka isgubhu ebusika sibuthise Nje sithule ngoba sifuna kulanda kabusha amandla abanye omkhulu benu abanalo ulwazi ngalokho..... Unless I ngekho inyoka kuso



Kwane nhlwathi either amafutha or anything

Kwane mamba either amafutha anything

Kwane nyamazane yehlathi either amafutha or anything



Lezilwane zinesikhathi sokugoya Nje sithule njeeeeee njeeee, ngaleso nakuwe umsebenzi uyalimala, ubone abantu phekuohendukela Nje udideke Kwenzekan Uma ushesha usole uyobanuka abathile kanti chaaa



Indlela esi breedwe ngayo, mind you futhi kusithatha from April to September kuyenza usibone singasebenzi. ๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚



Kanti kahle hle yini isgubhu?

Isigubhu ubuchule obuthile bokuvusa imimoya eyehlukene isebenze ibisebenzi elelwe yona mase ifakwa emaguleni ithenjiswe okuthile Uma yenzekahle ๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚, kuyenzeka ke leyomimoya ukuthi....... Byeee



Impandla le endala kunazo zonke ezweni owake wazibona no wazi cabanga umfoka Mathe odume kakhulu ngobuqola ngoba unebala eqolo uqole waze waqola ngisho egoli uqobo umphupheeee wento

Comments

Popular posts from this blog

Amalumbo

idlozi nesthunywa

Izinunu 2