Inhlahla

 Ivalwa yini impumelelo yethu futhi ivulwa yin


Enhla nase zansi nina baka Phunga noma Geba, as ke abanye beshilo kuthi ngiyanidukisa kulungile okwami ukukhomba indlela kukuwe ukuythatha nokuyiyeka so angikaze ke ngadukisa, namuhla ngfuna kukhuluma nje ngento ekhathaza abaning abantu, yes abathakathi bakhona but our stance makes us valnarable to them. Ok ke ngila laphe ngikhone you can share this post if ubona kubaluleile futhi ungangibuza anything about this post.

UKUVALEKA KWENHLAHLA

Nhlahla yomsebenzi Kanye nemali

Lokhu kwenziwa ilokhu ke kubantu ukuthi inhlahla yakho yemali ivaleke futhi neyomsebenzi ivaleke,


Ubudedengu,lokhu kuyenza lezinto ezimbili zivaleke,ngoba kwesinye isikhathi we do get money kodwa indlela esiyisebenzisa ngayo ayibw yinhle ,abanye uma beke bathola imali bayakhohlwa umzabalazo wabo obabeke emalini,akekho umuntu ongavele ethole umsebenzi nje engekho lowo othile omnike wna kodwa uma sesiwutholile siyakhohlwa ukuthi kunezibongo kogogo nomkhulu okufanele sibonge kubo, lokho umuntu ukukhumbula uma sekunzima kungasekho kubuyela emuva. Abafana Kanye namantombazane akubaleki hlezi kukhona futhi notshwala akubaleki ngesikhathi kusakuhambela kahle nawe hambisa kahle ke to secure your opportunity before it too late.anoke nikunake ke lokhu ukuthi uma uke waba budeedengu emalini,esithwalweni,emsebenzini kuba nzima to stand on your feet again ngoba wehlulekile ukuvikela okutholile kusenekhathi, kwabanye sekubuhlungu manje ngoba sekuwmlando ngabo bafe bephile


Amanzi amnyama

Lokhu ke kuyenza ukuthi nifunde nonke ekhaya mas eke emvakwa lokho akusebenzi muntu ekhaya,kanti naye lowo owaphunyuka ukuthi asebenze unezinkinga kakhulu. Kwaleyo mali akaysebenzayo akayazi iphelelaphi izinkinga ziningi.kuthi ke kusuka kwazingane ezinye ezifunday kube mnyama kuzo zonke abanye ababe besathola kwawona ama matric certificate abanye bamiswa emsebenzini kuthiwa bazobizwa kuthi nyaaa. Ekhaya kufa imfuyo ubuthaphuthaphu akukho okulungayo. So my point ke namuhla ukukhuluma ngempumelelo yomuntu lokhu ke kuyayimisa nyaaa ime nseeee.


Solution

Isixazululo kulokhu kungenhla if ezinye zezimpawu uzibona ,but note kuthi lezimpawu angeke zafana since imndeni Kanye nemizi ingafan,koda la isixazulu ukuthi uma senitholile futhi naqinisekisa ukuthi amanzi amnyama enza lokho kubalulekile ke ukuthi niwaphehle nani ukuze ezovimba lawayna,okanye adinga niguqyle iziko lomsamo lowo wenu kwenu ukuthi uhambalane nani,okanye niwavale ke lawo manzi. Ukuvala amanzi amnyama kuwumkhuba ke onezinselelo eziningi ngoba lowo melaphi uma egejile ukuwavala umdeni uyabhubha



Umdliwa nesidalwa esithwentsuliwe

Lokhu izimpawu zakho ziyafana kodwa zehlukana lapha nje kancane ,kulesigaba sempumelelo umdliwa uyaba ekhaya futhi umdliwa uyaba kumuntu ,la ke kuhluke futhi ekutheni umdliwa esikakhathini esiningi uba yi substitute yesdalwa esithetsuliwa ,so la ningasebenza nonke ekhaya kodwa inking azipheli nengoz ekhaya umsindo phakathi kwenu,umuzi awakheki nezimoto niyazithenga kodwa ziyafa too much, you afford like everything kodwa ayphethi kuwe or kini,uyayivala ke nenzalo Kanye nemendo nomakoti okuningi it just same as amanzi amnyama


Solution

Izixazululo uma kunalezimpawu ezingahluka ke kumuntu nomuntu umndeni ngomndeni , but mina mpandlendala yakwa MATHE ngithi lokhu qala kuqinisekiseni kubabhuli kuthi ngabe yikho na mas eke niyakwenza ,ningaluthwa mhlambe nami indlela engichaza ngayo mhlambe angazi lutho ngoba lento uma uke wayithinta kanti awuyazi mayeee kuwe isukile, ok ke la kuyekudingeke kuti kulandwe leso sdalwa esithebuliwe kukhishwe lowomdliwa ekhaya mas eke kuqalwa phansi kwakhiwa iziko lekhaya, yini iziko lekhaya, lokhu kuyisisekelo somuzi lowo othile or leyondlu kuze yonke into ibe kahle ekhaya


Umsamo

Umsamo uma ungalungile ke kunzima kuthi niphumelele ekhaya kodwa yini le eyenza umsamo ungalungi lokho okwenza lokho ,inhlanganisela le enganhla isiyonke ke ikhanda umsomo ongalungile ngoba akukho lapho enisuke nikhala khona, kubandakanye kuphendulwa kwezidalwa ekhaya izinhlambulo, I understand kuthi ke asikholelwa kokufanayo abanye vele banedlozi lasemaphaketini kubo,izilwane ,zipoki Kanye nezipokwe labo cha lokhu akubathinti futhi abanye bathola abafa esesebenziwe woyise nonina bawafaka izisekelo abanye basazowa abanye basazovuka kodwa ke angishonto


Solution

Kuvalulekilekulandela into kahle ngendlela kuze wenziwe kahla ke kungatatazelwa kupholiwe.umsamo udinga kuqoqwa,uhlanzwe kahle mase usuyalungiswa ke ngale ndlela leyo olungiswa ngayo kuze imiyalezo yezidalwa izohamba kahle futhi ifike la kufanele ifike khona,nezipho zemukelwe yini futhi kahle .


Dankie ke baBhukudi nginithanda ngothando lwakudala nonke kodwa ay laba abaganiwe nabaganile nooo ay cha nithandwa abatu benu

Like my facebook isiziba sempandla

Comments

Popular posts from this blog

Amalumbo

idlozi nesthunywa

Izinunu 2