Amalumbo

asibhukude!!!!!!!!!!!
yin ilumbo?
ilumbo yinto eyenzeka ingakholakali ethi ayibe samlingo indlela eyenza ngayo iyadida

ukuhlukana kwamalumbo
-amalumbo okucupha imizi
-amalumbo okucupha abafazi
-amalumbo okulwa (izinduku)
-amalumbo omeqo
-amalumbo okuthunywa wokuthakatha
lezi zinhlobo eziyisihlanu zamalumbo ngokuhlukana, kodwa sokhuluma ngelokucupha umfazi, uma ufuna ukwazi ngamanye uzoybuzela wena, khona ilumbo ;lenyoka ukuthi lowo olala nomkakho ahanjwe inyoka igijime isisu sonke iyakhula lenyoka ngaphakathi esiswini kuye kuze kube ukuthi uyafa uma engalashwanga, ilumbu elimkaya isende lihluphuke okanye libole ngaphambili lithatha isinzuku ezintathu kwesine uyafa

ilumbo elenze induku ingavuki nhlobo kuye lowo, noma owesifazane engabi manzi nhlobo. ilumbo elidla isende liphele nyaaaa ligqoqane imvamisa lithakwa ngesende ledada, ilumbo elenza uma belele lo wesilisa kupheme isidoda ngamakhala (sperm) ashone khona lapho, ilumbu elenza azihudele uma nje ethi uyayfaka induku, ilumbo elimhlaba ngesbhobo ephele khona lapho. ilumbo lezintwala ahanjwe zintwala, ilumbo lestimela, elikatamatisi, elevukisi elimenza acinge ibhovo kuze kuse engayboni....etc maningi kakhulu ngokomkhuba waloyo olenzile, wonke lamalumbo ayangena kumuntu ngisho esebenzisa ijazi lomkhwenya

lingena ngeziqu zoboya,ukunamathelana kwemzimba yenu ukuqondana kweynkaba zenu nje nokushisa komzimba ushisiswa kugijima kwemizwa.....

#impandlayakwamthe
like the ISIZIBA SEMPANDLA, like and share the page u more thn welcm to invite your friend fmly sizobhukuda sonke laaaaaaaaaaa, awuzwe njee
#impandla

Comments

  1. Awu Mpandla ngiyalifuna ilumbo

    ReplyDelete
  2. Lilashwa kanjani iLumbo uma umuntu ekhishwa yisisu umakazama Kudla

    ReplyDelete
  3. Ilumbo lomeqo lilashwa kanjani

    ReplyDelete
    Replies
    1. Anibongazisa olapha elomeqo, ngafa😭😭😭

      Delete
    2. Lilashwa kanjani ilumbo lenyoka?

      Delete
  4. Onenkinga yomeqo amalumbo istroke akeze kumina 0817313842

    ReplyDelete
  5. Lilashwa ngani ilumbo elikwisitha sangasese kumuntu wesi fazane?

    ReplyDelete
  6. Ngicela usizo ngeLumbo bangithumelela ngomuntu weSfazane ngilele manje sengihambe ngakhathala usizo angiluthol

    ReplyDelete
  7. Lilashwa njani elomuntu ohlala elunywa ngaphansi kwesinye isikhathi ngiyohlala kancane zinsuku zonke

    ReplyDelete
  8. Iron Firing On Tanya, Beads in Tanya - Titanium Art
    Iron Firing On Tanya, Beads in Tanya. price of titanium · 18 posts · 14 authorsIron Firing On camillus titanium Tanya, Beads in Tanya. 18 posts · 14 authorsIron Firing On Tanya, Beads in Tanya. 18 titanium bike frame posts · 14 authorsIron Firing On Tanya, Beads in Tanya. 18 posts · 14 authorsIron Firing 2019 ford ecosport titanium On Tanya, Beads in Tanya. samsung galaxy watch 3 titanium 18 posts · 14 authorsIron Firing On Tanya. 18 posts · 14 authorsIron Firing On Tanya. 18 posts · 14 authorsIron Firing On Tanya. 18 posts · 14

    ReplyDelete
  9. Ngafa ngicela usizo nginento engihambayo ngaphakathi esikhunjeni isuka ezintweni yehle ime phakathi namathanga lento mihamba ngathi igaga lolwandle baliphemela esihlabathi lento imandla kakhulu la enkomeni.

    ReplyDelete

Post a Comment

Popular posts from this blog

idlozi nesthunywa

ukuqinela isibhamu