Izinkinga zempilo

 Niyaphila ekuseni

Yaz Mina a Ngilele ngibuka iningi leziguli okanye labantwela ulwaz, abanye namuhla basayohlanisa o R19000 bezinyanga


Ingoba imali Bayiboni kuthi ishonaphi, kodwa abaphuzi, ababhemi abagwazi ngayo nomuzi awakheki emakhaya... Kukho nje kuyaphambili.... Namuhla ngibhaliswa I lokhu cishe zevile emashumini ayisishangalolunye iziguli zakwa Mathe most yabo bathi sengihambe


Yin le eyenza ikhaya lingakheki, ningagani, ningaganwa, niwuthole umsebenzi kodwa uphele, uhambise ama cv uze ugobe.


* umdliwa

Lokhu Ngathi idlozi/isidalwa somxhantela kuphuca labo a bathile ukudla


*inhlanhla yedlozi

Uma idlozi lakho linenhlehla kanti Khona la liphambana khona Ujika emnyango wamathubA, ngoba bayabangisana ngawe kuthi yim engizomnika nomunye uthi yimi


*isibongo

Le icacile ke ukuphiwa isibongo okungakiso esakini... Okanye kwaduka komkhulu benu


*izilwane

This is too deep ayikho Lula I eyezilwane, izilwane ezikuwe qobo, owazifakwa, nemith oyisebenzisayo ephenduka Izilwane kuwe, izilwane ezikuhaqayo


*ikhaya

Ikhaya lifana nendlu yakho olala kuyo, liyancola ngokuningi kakhulu, so ingakho ukulilungisa kubalulekile... Okubalwa ukulichela Kanye nezinyamazae... ;:nb ziqonde lezo nyamazane


Lezi Nkinga ezingenhla yiso ezidala lento ke futhi uma sezitholakele zinexazululo zazo Futh kuba Lula... Yekan kuzindela nezinyanda.... Nibabheke futhi labantu eniba Nika izimpepho good morning

I Mathe lo impandla

Comments

Popular posts from this blog

Amalumbo

idlozi nesthunywa

Izinunu 2