Imfuyo part 2

Nginibingelele nibingeleelwa ihlathi lakwa Mathe

Imfuyo part 2
Ukwanda kwemfuyo ekhaya kusekuqikeleleni ukuthi niyphethe kanjan nina kanti niyinakekela kanjan

Namuhla nje ngfuna kuya ekuzalanen kwezinkomo, ikhaya liba nenkunzie eyodwa namaduna ke nezinkabi yebo zingaba ngaphezulu kwezimbili izinkunzi, kufanele inkunzi uma isizalise izinkomo ekhaya zanda leyo nkunzi ayithenwe noma idayiswe ngoba yini na?  Uma izobuye futhi ikhwele abatwana bayo abaphume esikhabeni sayo nalokho kuyaylimaza imfuyo ekhaya

Okungenan ungayishitsha kothile omethembayo kuthi esizukulwanen sayosesibili uyibuyise izoqhubeka.

Impahla ekhaya inabantu abayphethe ayiphathwe nguwe, impahla inemigomo

-amathambo enziwani uma ihlabiwe
-izikhumba
-amasi ayo
-izimpondo zayo
Imizi lezinto izenza okungafani, kodwa kukhona okwenziwa ngakho
.

Intambama enhle

Comments

Popular posts from this blog

Amalumbo

idlozi nesthunywa

Izinunu 2