Imfuyo
Akengbingelele sizwe sika zulu omnyama ondlela zimhlophe zibheke kudee Lee nibingelelwa impandla endala kunazo zonke, namuhla ngfuna sthinte ngemfuyo yini umfuyo?
Imfuyo inoma isiphi isilwane esifuywa ekhaya kungaba esasendle noma sesakhaya, ubani ofuyayo kufuya indoda umfazi akafuyi umane leyo mpahla ayisisele ingane ibizwe ngegama lengane ay elakhe ngoba yena akufuyi nazi izinto ezifuywayo
Izilwaleni ezibonakalayo
-imfene
-izinkukhu
-amajuba
-izinkomo
-izimbuzi
-izingulube
Nonkunye nokunye
Ezingabonakali
-imikhovu
-omatindane
Etc
Imfuyo kuba igama ukuthi eyakho kodwa eyokhokho bethu nomkhulu abangaskho, ingakho kubalulekile ukuthi emhlambini kube khona inkomo kakhokho nekamkhulu, kusizaphi lokho Mathe? Kusiza la kuthi impahla ingebiwa futhi ingashabalali kalula.
Ukwanda kwemfuyo
Imizi iba neziko layo lokwandisa imfuyo, noma isiselwe lowo omvunywa imfuyo kuze yande
-iziko lisiza kulokhu ukuqapha imfuyo nokuyenza imikhuba yeziko lakulowo muzi
Umkhumis/nosishunqisa
-lokhu kwanza ukufaka okuthile emfuyweni ukuze ingebiwa, izale ingafelwa, inone, ingathintwa noma ubani
Umquba wemfuyo
Lokhu kufanele kuqikelelwe kakhulu ngoba uma kuwele ezandleni ezincolile kuyayishabalalisa imfuyo, umquba udinga ukuqiniswa kanye nokucushwa ukuze isigilamkhuba singaphumeleli kuwo
Imfuyo iyincebo yethu ngoba thina ascebi ngemali besiceba ngemvuyo nangamasimu ethu.... Ngcela kuyibamba lapha
Nkoskhona Mathe @youtube
Facebook page, ISIZIBA SEMPANDLA
FACEBOOK : Nkoskhona Mpandlendala Mathe
Cell : 076374976.....
Blog : ISIZIBA SEMPANDLA

Comments
Post a Comment