imithi
Niyaphila
indaba yami namuhla ila engathi impela kufanele kube istudy okuzothiwa ukuthaka 101 ,lapho abathaki baku whtspp naku facebook bemithi bezofunda imithi nokuthakwa kwayo nokudlelwa kwayo kuze bengazikududulisa abantu izindonga zase Jericho

Kufanele uthake umuthi owaziyo ay umuthi owake wezwa ngawo noma owezwa kukhulunywa ngawo lokho kuyekele kubanikazi bakho akikho okwakho okwalabo bamba okwakho, umuthi uhlukene kanje ke nginixoxele esihlahleni esisodwa
-amaqabunga
-igatsha (izinduku eziphethe amaqabunga)
-amaxolo
-inxabo
-impande
-umongo womuthi
-igatsha (izinduku eziphethe amaqabunga)
-amaxolo
-inxabo
-impande
-umongo womuthi
Lokhu esihlahleni akufani umsebenzi wakho nokubaluleka iningi labantu lazi kuthi impande nenxabo yinto eyodwa kanti akunjalo impande isenxabeni kanti inxabo ayikho enxabeni
Ok ke yaphinda yahluka kanje ke imithi
-izihlanzi
-izintelezi
-ubalawu
-izihlanzi (zemntombo)
-imthinqiso
-etc
Lemithi inendlela yayo ethakwa ngayo awnele uzwe igama elithi nhlahlemhlomphe mase ugalela ebhakedeni uyophalaza, umbuzo uthi uphalazela yiphi inhlahla,izoqhamukaphi ,izoqhamuka kanjani? Kungani kade ingekho ekuqaleni leyonhlahla na? Ithini imigomo yenhlahlaemhlomphe nah?

Imithi iphinde ibe kanje
-imithi ebomvu
*kubalwa lapha inqwaba yemithi eyellow njalo njalo
-emhlomphe
*kubalwa inqwaba futhi empofu njalo njalo
-emnyama
*kubalwa inqwaba lapha futhi emnyama amaxolo,inxabo impande
-imithi ebomvu
*kubalwa lapha inqwaba yemithi eyellow njalo njalo
-emhlomphe
*kubalwa inqwaba futhi empofu njalo njalo
-emnyama
*kubalwa inqwaba lapha futhi emnyama amaxolo,inxabo impande
Ukuhlangana kwalemithi akufani njalo futhi akusoze kwafana ukuthakwa kwayo akufani iimigomo yayo ayifani njalo, ngesikhathi uthakelwa uyatshelwa na imigomo thwasalako facebook (kidding)
Kunemithi engasebenziswa isibongo esithile engangeni emagcekeni athile, wena uyakwazi na lokho? Kunemithi engakilo iziko lakini edinga ukulunjwa ngaphambi kokuaba ilethwe kuwe uyisebenzise
Kunemithi emila
-ehlathini
-efukwini
-ezihlahleni
-emhlabathini
-esihlabathini
-etsheni
-emanzini, Danyini, esizibeni, emhosheni, echwebeni is elwandle.
-lakufele khona uhlobo lenunu ethile
-ehlathini
-efukwini
-ezihlahleni
-emhlabathini
-esihlabathini
-etsheni
-emanzini, Danyini, esizibeni, emhosheni, echwebeni is elwandle.
-lakufele khona uhlobo lenunu ethile
Uyabazi na ubudlelwane lwelemithi isiyonke nah, OK ngilapha kuthi kubalulekile ukuthakelwa nokufundiswa ngomuthi kanjalo nokujula kwayo kuze uzoyazi ngoba kunemithi enifaka izinyama ngoba anazi ningonontandakubukwa ngayo, kunemithi evalanayo. Angifuni ke kukhuluma eyamafutha ezilwane nhlobo leyo
Kubalulekile ukwenza into oyaziyo kuthi wenzani futhi kungani wenze lokho, ikhona yini enye indlela ongenza ngayo ngaphandle kwalokho na? Umuthi ufuna kubhekwa
impandla le yakwaMathe
impandla le yakwaMathe
Comments
Post a Comment