ubizo
Awuthi nginifake umunwe esweni ke manje!!! Ngynihlokoloza
Did u know kuthi ubungoma akilo ubizo kumuntu?
If uthi ubungoma ubizo
Kungani kufanele uthwase kuze ube isangoma ngoba isangoma othwasile uma ungathwasanga awukiso uyi...?
Kungani kufanele uthwase kuze ube isangoma ngoba isangoma othwasile uma ungathwasanga awukiso uyi...?
Kungani uma kuwubizo kufanele eyofakwa phansi kweziko lakomunye umuzi kodwa kuthiwa ubizelwe kulowo msebenzi?
Kungani kufanele uyoqeqeshwa yidlozi lakomunye umuzi ubizwe elakini, lokho ukufundiswa kwenza kube wubizo nah?
Ngoba ubizo yinto ozalwa nayo ikuwe engengeziwe ngezinto ozifice emhlabeni engenalo uqeqesho ngezo
Ubunyanga kuwubizo (ugedla)
Ngoba kusuka umuntu ngale kokuyalelwa okuthile ophilayo ehlanganise okuthile kuphile othile
Ngoba kusuka umuntu ngale kokuyalelwa okuthile ophilayo ehlanganise okuthile kuphile othile
Isanusi ubizo
Ngoba kusuka abangasekho be....
Ngoba kusuka abangasekho be....
Mhlosana
Ubizo ngoba umuntu uyaphuma ekhaya ehambe eye emanzin engaziwa muntu ekhaya ukuthi ukuphi eyoqeqeshwa ngqo amakhehla akubo okuyiwo asuke embizile, kulolo bizo lwakhe... Ngoba umuntu othwase emanzini akisiso isangoma...

Yekelani ke ukuqamba nithi wubizo ekubeni nihlala emzini yabantu nifunde izinto zokwelapha ubungoma akilo ubizo
😂 Ngynihlokoloza ke manje
So Did you know that?
Musa mf2 ukukuluma intongayazi.
ReplyDeleteLo Mlisa uzama ukuchaza kodwa ngendlela erong. Othwase kugobela emzini ubiziwe naye kodwa different calling, kanti wasemanzini ubiziwe naye kodwa imimoya yase manzini. Kunomehluko omkhulu la kulobizo. Asihlonipheni amasiko abansundu. Thokoza.
ReplyDeleteLop sdinga la ngokuqala siqonde lento okuthiwa I terminology ngesilungu, amatemu ngesintu yabona ke uma sikuqondile lokho kukhona esingakubona, and awkaze uyiphendule imibuzo enganhla you just into conclusion, ukube ubuzile bengzokutshela mina kuthi ngisho loku ngikushoyo
Delete