ukuqinela isibhamu

Nikahle
Akengphundule lemibuzo nje embulwa
Mathe kungani abantu abaqinile befa ngazo izibhamu?
OK LA angek nganayo impendulo eqondil kodwa ngokholelwa kwami akekho umuntu ongafi ngizothi ke suke sekufike umzuzu wokuth naye efe, kanti okunye uma uhlezi uchitha igazi imithi iyalimala kuwe okusho ukuthi iyancola .
Mathe ukuze ngingadubuleki ngenzenjani?
Kufanele wazi kuthi ngeke ungadubuleki kodwa LA kusuke kuncishiswa amathuba akho okudubuleka ngenxaphephe, ikakhulukazi ukuqina inhloso yakho ukuzivikela akikho ukuhlasela,
=Kufanele ke unciphise ukubulala abantu
=qinisekisa ukuthi izinhlanga Kanye namabhande akho, izinsonto okanye izincweba zakho zisesemeni ngasosonke isikhathi
=uma bekebakuzama behluleka fanelee uphinde uvuselele umuthi lowo
=uvuselele imithi ngisho ingaphuphile
Nakhu ke okunye kubalulekile ukuqina kabili, qinele isitha sakho uphinde uqinele ivolovolo ke
Okhey izitha zakho mazingahlangani ngawe zize ziphethe ngempilo yakho, lokho akufanele kufanele kuphambane konke
Ungaqineli isikhali qinela osiphethe kodwa mase uyasiqinela naso
Ngiyema lapha and respect people

Comments

Popular posts from this blog

Amalumbo

idlozi nesthunywa