Posts

Isigubhu

 Akenginibingelele ekuseni mase ngithi Nje fahlaaa, isgubhu kufanele wazi kuthi sidinga uthando neskhathi sakho naso now two kenixoxe Nje nidle nihleke, yakha I bond nesigubhu sakho. I maintainance yesigubhu ibalulekile kuze singadli amahlanga or siyoqina izintethe.... Sithande ngothando lolu othanda ngalo owakwakho you will something lapho keee... Kuyenzeka isgubhu ebusika sibuthise Nje sithule ngoba sifuna kulanda kabusha amandla abanye omkhulu benu abanalo ulwazi ngalokho..... Unless I ngekho inyoka kuso Kwane nhlwathi either amafutha or anything Kwane mamba either amafutha anything Kwane nyamazane yehlathi either amafutha or anything Lezilwane zinesikhathi sokugoya Nje sithule njeeeeee njeeee, ngaleso nakuwe umsebenzi uyalimala, ubone abantu phekuohendukela Nje udideke Kwenzekan Uma ushesha usole uyobanuka abathile kanti chaaa Indlela esi breedwe ngayo, mind you futhi kusithatha from April to September kuyenza usibone singasebenzi. 😂😂😂 Kanti kahle hle yini isgubhu? Isigubhu ...

Sexual dysfunctional

 Akenginibingelele Nje ntambama sekuhlwa kuyimi umfoka Mathe sekuthiwa umkhova yakhehla slwane sehlathi.... Uma ungumelaphi kunezinto okufanele uziqonde kahle. -yehla Nje kahle zithobe kodwa ulwabishi kufanele kube ulwabishi -ubunyanga akilo ifa abungenwa njengomfazi -ubunyanga akibona okubugwili, phuma kulowo mqondo Sexual dysfunctional/importance  Angikho ke lapho ngila ngake ngakhuluma ngalento yabantu besilisa abangavukelwa Nje sanhlobo okuye kuthi ngo 19:00 umuntu uvukwa ulaka Nje ebe umbhejazane kuze no mama engabe esamthintA endlin, leyonto ngisasho ke namanje ilungiseni ukugwema loluchuku olwenzekayo ezweni kwakhiwe nokudlelwa abafazi, ama pharmacy akhona madoda Kanye nemtholampilo eqondene ngqo ngalento. Ngabe sengty nazi ke I sizathu ezenza lokho _lifestyle I lendlela esiphila ngayo sibabhemu I kakhulu kazi ukugxila kakhulu emafuthen nasophuzweni okuhambisana nokungazivocavoci _ibulawo lokhu kuhambelanan namalumbo, nokucushwa abantu abagangayo khona kuthi I nqawe ayk...

Amaphupho/ukuphupha

 Molo . iphupho elinamasimba okanye ukaka isichitho leso noma ngabe kukanjn isichitho uqobo lwaso lelo . izulu liduma lokho kusho umshophi okanye ukungena kwalo ekhaya noma lishaye umuntu oyisihlobo sakho kungenjalo kusho isibhamu lokho ukuphupha ulwa lokhu kuveza ubuxakaxaka okuvuka kuwe kungaba imimoya okanye izithunywa noma izitha uma unqobile lapho lapho kusho ukuthi uphumelele wena, uma uhluliwe lokhu kuveza kube uhluliwe wena . Amaqanda asho ukukhulelwa uma efa isisu siphumile leso noma umntwana uzoba nenkinga,okanye inhlahla thizeni. . Ulwandle lusho inhlahla yemimoya yakho muntu,uma luthukuthele ukudinwa kwemimoya lokho,uma ungena kulo uphuma nento lokho kusho ukuphumelela empilweni noma entweni ethile. . Imvula enamandla egugulayo lokho kusho ukuty ungahluleka noma nin emizameni yakho.uma wena ungamuki lokho kusho ukuty khona izikhathi ezinzama ezizayo kuwe uqobo kodwa uyophumelela kuzo . Amanzi acwebile Amanzi acwebile ayasho izinyembezi kuyelelana nedikimba yephupho,kant...

Inhlahla

 Ivalwa yini impumelelo yethu futhi ivulwa yin Enhla nase zansi nina baka Phunga noma Geba, as ke abanye beshilo kuthi ngiyanidukisa kulungile okwami ukukhomba indlela kukuwe ukuythatha nokuyiyeka so angikaze ke ngadukisa, namuhla ngfuna kukhuluma nje ngento ekhathaza abaning abantu, yes abathakathi bakhona but our stance makes us valnarable to them. Ok ke ngila laphe ngikhone you can share this post if ubona kubaluleile futhi ungangibuza anything about this post. UKUVALEKA KWENHLAHLA Nhlahla yomsebenzi Kanye nemali Lokhu kwenziwa ilokhu ke kubantu ukuthi inhlahla yakho yemali ivaleke futhi neyomsebenzi ivaleke, Ubudedengu,lokhu kuyenza lezinto ezimbili zivaleke,ngoba kwesinye isikhathi we do get money kodwa indlela esiyisebenzisa ngayo ayibw yinhle ,abanye uma beke bathola imali bayakhohlwa umzabalazo wabo obabeke emalini,akekho umuntu ongavele ethole umsebenzi nje engekho lowo othile omnike wna kodwa uma sesiwutholile siyakhohlwa ukuthi kunezibongo kogogo nomkhulu okufanele sibon...

Imfuyo part 2

Nginibingelele nibingeleelwa ihlathi lakwa Mathe Imfuyo part 2 Ukwanda kwemfuyo ekhaya kusekuqikeleleni ukuthi niyphethe kanjan nina kanti niyinakekela kanjan Namuhla nje ngfuna kuya ekuzalanen kwezinkomo, ikhaya liba nenkunzie eyodwa namaduna ke nezinkabi yebo zingaba ngaphezulu kwezimbili izinkunzi, kufanele inkunzi uma isizalise izinkomo ekhaya zanda leyo nkunzi ayithenwe noma idayiswe ngoba yini na?  Uma izobuye futhi ikhwele abatwana bayo abaphume esikhabeni sayo nalokho kuyaylimaza imfuyo ekhaya Okungenan ungayishitsha kothile omethembayo kuthi esizukulwanen sayosesibili uyibuyise izoqhubeka. Impahla ekhaya inabantu abayphethe ayiphathwe nguwe, impahla inemigomo -amathambo enziwani uma ihlabiwe -izikhumba -amasi ayo -izimpondo zayo Imizi lezinto izenza okungafani, kodwa kukhona okwenziwa ngakho . Intambama enhle

Imfuyo

Akengbingelele sizwe sika zulu omnyama ondlela zimhlophe zibheke kudee Lee nibingelelwa impandla endala kunazo zonke, namuhla ngfuna sthinte ngemfuyo yini umfuyo? Imfuyo inoma isiphi isilwane esifuywa ekhaya  kungaba esasendle noma sesakhaya, ubani ofuyayo kufuya indoda umfazi akafuyi umane leyo mpahla ayisisele ingane ibizwe ngegama lengane ay elakhe ngoba yena akufuyi  nazi izinto ezifuywayo Izilwaleni ezibonakalayo -imfene -izinkukhu -amajuba -izinkomo -izimbuzi -izingulube Nonkunye nokunye Ezingabonakali -imikhovu -omatindane Etc Imfuyo kuba igama ukuthi eyakho kodwa eyokhokho bethu nomkhulu abangaskho, ingakho kubalulekile ukuthi emhlambini kube khona inkomo kakhokho nekamkhulu, kusizaphi lokho Mathe?  Kusiza la kuthi impahla ingebiwa futhi ingashabalali kalula. Ukwanda kwemfuyo Imizi iba neziko layo lokwandisa imfuyo, noma isiselwe lowo omvunywa imfuyo kuze yande -iziko lisiza kulokhu ukuqapha imfuyo nokuyenza imikhuba yeziko lakulowo muzi Umk...

imithi

Niyaphila indaba yami namuhla ila engathi impela kufanele kube istudy okuzothiwa ukuthaka 101 ,lapho abathaki baku whtspp naku facebook bemithi bezofunda imithi nokuthakwa kwayo nokudlelwa kwayo kuze bengazikududulisa abantu izindonga zase Jericho Kufanele uthake umuthi owaziyo ay umuthi owake wezwa ngawo noma owezwa kukhulunywa ngawo lokho kuyekele kubanikazi bakho akikho okwakho okwalabo bamba okwakho, umuthi uhlukene kanje ke nginixoxele esihlahleni esisodwa -amaqabunga -igatsha (izinduku eziphethe amaqabunga) -amaxolo -inxabo -impande -umongo womuthi Lokhu esihlahleni akufani umsebenzi wakho nokubaluleka iningi labantu lazi kuthi impande nenxabo yinto eyodwa kanti akunjalo impande isenxabeni kanti inxabo ayikho enxabeni Ok ke yaphinda yahluka kanje ke imithi -izihlanzi -izintelezi -ubalawu -izihlanzi (zemntombo) -imthinqiso -etc Lemithi inendlela yayo ethakwa ngayo awnele uzwe igama elithi nhlahlemhlomphe mase ugalela ebhakedeni uyophalaza, umbuzo uthi uphalazela yiphi ...